Learning Zulu

  • Hi, I live in Jo'burg, and am interested in learning Zulu. Can anybody help?

    17 Mar 2006, 12:41 Anonymous
These Forums are no longer active. To post a new discussion, please visit our new South Africa Forums.

Replies

  • Izithakazelo

    Ngicela ningitshela ukuthi izithakazelo zakwaNdima zithini uma sezizonke Angizazi uma seziphelele zonke Nokuthi zavela kanjani

    Khulekani 03 May 2009, 09:36 - Report
  • request

    please send me izithakazelo zakwa Bukhosin(Gina) nomlando waso lesibongo

    Nothando 06 May 2009, 11:30 - Report
  • Bukhosini

    bafowethu ngicela uma ninolwazi ngesibongo sakwa Bukhosini(Gina)angazise, nomlando waso please reply to [email removed]

    Nothando 06 May 2009, 11:34 - Report
  • Utshele umkwenyana ukluthi amphathe kahle udade wethe

    Mntungwa mbulazi ndabezitha wena owathi udla umuntu ube umyenga ngedaba

    sthafa 07 May 2009, 08:43 - Report
  • Nkala

    Nkala
    Mlotshwa
    Vumisa
    Mphanjane
    Sitsh'esihle esidlela amasi nenyama
    Intombi engagananga kwaNkala iyozala inkamba ngamadodlwana.
    Nina ababhala ngosiba abanye bebhala ngepensela.

    Zama 12 May 2009, 02:09 - Report
  • manqele

    ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa manqele

    sthoko 14 May 2009, 10:21 - Report
  • Need help

    pliz can anyone send me izithakazelo zakwa Magutshwa or ezakwa Magagula

    michael magutshwa 15 May 2009, 11:35 - Report
  • Need help

    pliz can anyone send me izithakazelo zakwa Magutshwa or ezakwa Magagula

    michael magutshwa 15 May 2009, 11:37 - Report
  • izithakazelo

    please help with izithakazelo zakwa mtshali

    baluh 15 May 2009, 12:25 - Report
  • Need to know where the Surname Mlondo came From

    I have been looking for my true identity and willing to know where my forfother came from. My name is Zamokule and my surname is Mlondo. So I like to know where this surname came from.

    Zamokuhle Mlondo 17 May 2009, 04:05 - Report
  • izithakazelo

    ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa KHULU nokuthi u-Khulu no Khumalo bahlobene yini ngoba bobabili kanye no-Mabaso babiza u-Mntungwa

    melusi khulu 19 May 2009, 01:34 - Report
  • izithakazelo

    Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa KHULU nokuthi u-Khulu no Khumalo bahlobene yini ngoba bobabili kanye no-Mabaso babiza u-Mntungwa

    melusi khulu 19 May 2009, 01:44 - Report
  • izithakazelo zakwa Mbatha

    Shandu kaNdaba, Mthiya, Ndabezitha, Sontshikazi, Khumbula Mgwala, UShandu ubengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala. Kanti nala umkhonto ucije ngakhona uyahlala athi cababa. UShandu owalima insimu eyilimela izinyoni zase zimbonga zithi tjiyo tjiyo tjiyo. UBhabha Magwaza, unkentenkente olwakhwela izintaba zaseNhlazatshe kwaze kwaphuma abafazi bengabhincile bethi ingabe lolunkentenkente lunkenteza lwenzani. Ndaba Komkhulu.

    Nhlanhla ka Mbatha ka Shandu ka Ndaba 19 May 2009, 06:35 - Report
  • izithakazelo

    answer for chance to win a iphone

    phindile mngadi 20 May 2009, 07:12 - Report
  • Looking for Zulu courses in PE

    Hey, I'll be spending 3 months in PE for an internship and I'd be interested in learning Zulu. I'd rather attend class than listening to tapes or anything similar. Any idea where to go?

    Thanx a lot!

    Greets, Natalie

    Natalie 20 May 2009, 10:25 - Report
  • IZITHAKAZELO ZAMABHELE

    Hi i would like to compile information about the Mbhele clan from izithakazelo to any other relevant information . Anyone who has information can contact me at [email removed]

    Patrick 22 May 2009, 05:24 - Report
  • Izithakazelo

    Pls can someone tel me izithakazelo zakwaBanda

    Zinhle 25 May 2009, 12:39 - Report
  • Myeza

    Wena myeza, ozenzisa kuze kumangale abantu, ogula ingqondo uze uyofuna amayeza kwelasemaXhoseni

    Mike Ndlovu 26 May 2009, 12:18 - Report
  • Ndlovu

    Mina ngicela ningisize ngezithakazelo zakwaNdlovu, uboya benyathi , Gatsheni etc....
    Ngiphinde ngubuze ukuthi oNdlovu baseSwaziland, Zambia, Zimbabwe etc... ngabe siyiNdlovu eyodwa na??

    Mbungulu 26 May 2009, 12:33 - Report
  • Izithakazelo Zakwakhulu

    Ukhulu omude, nsimbi engagobi,mtungwa kaMzilikazi owafela kwelaseMaNdebeleni ngokwesaba uShaka. Wena Khulu ojola nezalukazi kuphela.

    Ndlovu 26 May 2009, 05:00 - Report
  • Owazi izithakazelo zakwaMugabe

    Ngicela ukusizwa ngizithakazelo zakithi kwaMugabe... ngiyabonga

    Ongazi lutho avale umlomo please

    Mugabe 26 May 2009, 05:04 - Report
  • relatives

    i wanna know that are mhlongo peaple related to mazibuko because the other day one said they are mgabhi

    mckedam 27 May 2009, 12:51 - Report
  • Izithakazelo zakwa Mgabhi

    Ngicela ningisize ngezithakazelo za kwa Mgabhi

    Sunday Mgabhi 03 Jun 2009, 12:21 - Report
  • praise names

    My surname is Mokoena, i have no clue of my praise names, I often get embarrred if people enquire. Plz help

    Mpume mokoena 09 Jun 2009, 04:10 - Report
  • Mokoena

    Mpume b4 i help you, whats your home language ?

    Bheki 10 Jun 2009, 08:11 - Report
  • izithakazelo zakwa Msomi

    Nomndayi,Hlombe, Gasa, Phingoshe abehlangomzungulu wasala wabola izulu eladuma emini kwabuyaabfana ekwaluseni kwabuya ebafazi ekuthezeni its all remember

    Ntokozo Msomi Swayimana 10 Jun 2009, 02:33 - Report
  • Mbona

    MBONA, MADELA, NONKUNZI. NINA ENADELA UBUKHOSI NABUNIKA ABAKWADLAMINI NGOBA NENQENA UKUKHULEKELWA, PHUNGASHE, NONGIDI

    Mbona8@gmail.com 17 Jun 2009, 01:07 - Report
  • Mbona

    MBONA, MADELA, NONKUNZI. NINA ENADELA UBUKHOSI NABUNIKA ABAKWADLAMINI NGOBA NENQENA UKUKHULEKELWA, PHUNGASHE, NONGIDI

    Mbona8@gmail.com 17 Jun 2009, 01:12 - Report
  • mthembu

    ngicela ukucacisa lapha abathembu abahlanganisi lutho no tembe.abasebathenjini ondaba,ugabadela, umnisi wemvula. ngiyabonga

    mlungisi 17 Jun 2009, 08:34 - Report
  • IZITHAKAZELO ZAKWA MANQELE

    DUYAZA, S'GAGU, S'KHETHANKOMO,MATOTO, MTHONGA, PHAKATHI KA MHAWANA, MAHLOKO, MPANGAZITHA.

    MZOMUHLE 29 Jun 2009, 03:00 - Report
  • izithakazelo zakaNgidi

    ngicela ozonaba ngezakwaNgidi izithakazelo....aze afake nomlando bo. Ngiyathokoza

    Sihle 10 Jul 2009, 02:38 - Report
  • msomi clan

    where do msomi's originate from

    nosipho msomi 17 Jul 2009, 01:49 - Report
  • Mthembu / tembe

    Ingabe Kukhona ukuhlobana kuleza zibongo? Imvelaphi yakwa mthembu ise- msinga , mnambithi noma emaxhoseni? sizani bo!
    [email removed]

    Thembinkosi mthembu 17 Jul 2009, 10:39 - Report
  • ngubane

    i would love to knw more abt the ngubane or amabomvu clan. If i can get precise information about their origins from izithakazelo,relatives,behaiviour

    mbuso 18 Jul 2009, 10:42 - Report
  • skosana and mphahlele

    may anyone who kniws izithakazelo for skosana and Mphahlele email at [email removed] and the meanings too

    zinhle 23 Jul 2009, 10:33 - Report
  • izithakazelo

    please tell me izithakazelo zakwa mlambo,ngiyacela

    slindile 27 Jul 2009, 07:01 - Report
  • izithakazelo zakwa Mbatha

    Nhlanhla,

    siyabonga Ndabezitha ngokusicacisela, however i still need to pick your brain ngemvelaphi yethu and the history that has shaped our existance. my email is [email removed]. bonke oNdaba are welcome to contact me, the more information we have the better, so we can keep the Manyosi legacy and spirit alive.

    Thobeka kaShandu 28 Jul 2009, 11:22 - Report
  • re: can not understand

    My love please don't cry.

    siyasm 30 Jul 2009, 10:29 - Report
  • Izithakazelo

    Zithini izithakazelo zakwaNala

    Thabani 01 Aug 2009, 07:52 - Report
  • Learn African languages

    Give people the opportunity to learn african languages, as the world does with occidental languages. Zulu is a language as well as english, french, Afrikaan, etc. Encourage each other to learn african languages, without complexity. It is our duty as Africans to give value to our languages and to spread them in our continent as well as abroad.

    N'dtunguh 04 Aug 2009, 09:03 - Report
These Forums are no longer active. To post a new discussion, please visit our new South Africa Forums.